Sa Nkumane
Broschiertes Buch

Ziningi Lezonduku

Versandkostenfrei!
Versandfertig in 1-2 Wochen
16,99 €
inkl. MwSt.
Weitere Ausgaben:
PAYBACK Punkte
8 °P sammeln!
Ziningi Lezonduku!!! Lencwadi ikhuluma ngo Qabunga owashonelwa yingoduso yakhe yakwa Mhlongo obishini eDumbe esezogcagcelwa. Emva kwalowo mshophi waphupha ingwevu imkhombisa intombi okwakufanele imgane. Abadala bahlonza ingwevu ngokuthi ingukhokho emndenini. Iphupho lamshiya edunguza oswini uQabunga ngoba akatshelwanga ukuthi intombi ingubani? Wakwabani? Kuphi? Wehla wenyuka eyifuna waze wayithola onyakeni wesithathu. Akubanga Lula ukukhuluma nayo ngoba yayiganisiwe umkhwenyana wayo eyiqaphe ngawokhozi. Umbandela wokuganiswa kwayo wawuthi kuzomele iqede isikole futhi ibeneminyaka eyeqile eshum...